Recommended Books
-
Isithako Sokuzethemba
Isithako Sokuzethemba sihlukene izingxenye ezintathu. Ingxenye yokuqala ithi, Gawula Ubheke, okuyingxenyeequkethe isahluko esiqaphelisa umfundingokuziphakamisa kanye nokubaluleka kokuzethemba, isahluko ngokuzithathela izinqumo eziphusile, kanye nesahluko mayelana nongakwenza khona manje.
Ingxenye yesibili, Inkombankomba Yempumelelo, le ngxenye iqukethe ishluko ngokubaluleka kokuzihlonipha wena, isahluko esigqamisa ukubaluleka kokuzinikeza wena imvimo yokuphumelela, isahluko ngokuzamukela wena, isahluko ngokuba ile sikhokho oyiso, isahlukongokukholelwa kuwe, isahluko ngokuziphathela impilo yakho kanye nesahlukoesifundisa ngokumelana nestori sakho (ukungabi imenemene).
Bese kuba ingxenye yesithathu, Imiklamo Ebalulekile Yokuphila, engeyokugcina, equkethe isahluko ngemiklamo yokuzidla kanye nesahluko mayelana nomklamo wokumelana nendlala, ulaka, umzwangedwa nokukhathala.
R150,00 -
Potholes and Profits
This book is only available in Paperback and price includes postage within South Africa.
R300,00